ottimo CEA-10-01 Manuel D'instructions page 35

Table des Matières

Publicité

Les langues disponibles

Les langues disponibles

ISIZULU
UKUSEBENZA KOKUZIHLANZA
1.
Lokhu kususa ukungcola okwakhela ezimbobeni zesitimu. I-ayina izohlala isesimweni esihle uma
lokhu kwenziwa noma kanye ngenyanga noma njalo kuye ngokuthi amanzi asetshenziswayo anzima
kangakanani.
2.
Gcwalisa ithangi lamanzi libe uhhafu bese umisa i-ayina ibheke phezulu (Isithombe 1).
3.
Xhuma i-ayina kugesi.
4.
Beka isilawuli sezinga lokushisa kuMAX. Ilambu eliyinkomba lizokhanya ukukhombisa ukuthi i-ayina
ikhanyisiwe (Isithombe 2).
5.
Ilambu eliyinkomba lizocisha uma isifinyelele ezingeni elikhethiwe lokushisa .
6.
Khipha i-ayina kugesi.
7.
Bamba i-ayina ibheke phezulu phezu kukasinki.
8.
Phendula ikinobho lokulawula isitimu ulibeke endaweni yokuzihlanza
Hambisa i-ayina iye emuva naphambili ngenkathi kuphuma isitimu namanzi abilayo ezimbobeni
zepuleti, lisusa ukungcola okwakhela ezimbobeni zesitimu (Isithombe 3 no-4).
9.
Uma usuqedile ukuthi izihlanze, phendula isilawuli sesitimu sibe ku 0. Phendula i-ayina ibheke
phansi ukhiphe amanzi (Isithombe 5).
Qaphela:Isikhumba/umzimba wakho mawube kude nezindawo ezishisayo.
UKUNAKEKELA NOKUSIHLANZA
1.
Phendula isilawuli sezinga lokushisa sibe ku 0, khipha i-ayina kugesi bese uyayiyeka iphole.
2.
Ukungcola nokunye ukujuza okusepuletini le-ayina kungasuswa ngendwangu ecwiliswe emanzini
anoviniga/namanzi.
3.
Ukuhlanza ingaphandle le-ayina yakho, sula ngendwangu eswakeme bese uyayomisa.
4.
Ungasebenzisi izinto ezihayayo, ezilimazayo nezinzima zokuhlanza uma uhlanza ipuleti le-ayina.
5.
Gcina ipuleti le-ayina libushelelezi, unga-ayineli phezu kwezinto ezicijile ezifana nezikinobho,
imihlobiso, kanye noziphu.
UKUBEKA
1.
Phendula isilawuli sesitimu nesezinga lokushisa sibe ku 0.
2.
Khipha i-ayina eplakini.
3.
Bamba i-ayina ibheke phansi uyinyakazise kancane ukuze kuphume amanzi asele ethangini
lamanzi.
4.
Beka i-ayina ibheke phezuli bese uyayiyeka iphole.
5.
Njalo beka i-ayina ngesithende sayo.
6.
Ungayibeki i-ayina ihlale ngepuleti phansi noma uyibeke ngebhokisi.
All manuals and user guides at all-guides.com
7
bese uyayikhipha.

Publicité

Table des Matières
loading

Produits Connexes pour ottimo CEA-10-01

Ce manuel est également adapté pour:

Sr 7125270

Table des Matières