ottimo CEA-10-01 Manuel D'instructions page 33

Table des Matières

Publicité

Les langues disponibles

Les langues disponibles

ISIZULU
UKUSETHA IZINGA LOKUSHISA
1.
Njalo bheka ukuthi ithini ilebuli yezimphahla emiyalelweni yoku-ayina ngaphambi kokuthi uyi-ayine
impahla.
2.
Uma ungenayo imiyalelo yoku-ayina, ithebuli elingezansi lingakusiza.
3.
Hlunga izimpahla ngaphambi kokuqala uku-ayina: iwuli ibe newuli, ukotini nokotini njll. Qala ngoku-
ayina izingubo ezidinga izinga eliphansi lokushisa bese uyaqhubeka uye kulezi ezidinga izinga
eliphezulu ngoba kuthatha isikhathi eside ukuthi i-ayina iphole kunokuba ishise.
4.
Uma impahla inezindwangu ezihlukene (isib. ukotini nepholiyesta) kumele njalo ukhethe izinga
lokushisa kwe-ayina lempahla edinga ukushisa okuncane.
5.
Izingubo zewuli kuphela (100% iwuli) kumele zi-ayinwe nge-ayina esitimayo. Khetha isitimu
esiphezulu bese usebenzisa indwangu eyomile yoku-ayinela.
6.
Phendula isilawuli sezinga lokushisa usibeke ezingeni lokushisa olifunayo.
7.
Uma ilambu eliyinkomba selicishile kusho ukuthi izinga lokushisa selifinyelele kuleli olifunayo.
Ilambu eliyinkomba lizolokhu likhanya libuye licishe, likhombisa ukuthi izinga lokushisa olikhethile
isaligcinile.
ILEBULI
INDWANGU
Ungayi-ayini lempahla
Okunekhemikhali ehlukile (inayiloni, i-akhrelikhi, i-rayon, ipholiyesta)
Iwuli, usilika
Ukotini, ilineni
ULIGCWALISA KANJANI ITHANGI LAMANZI
1.
Khipha i-ayina eplakini ngaphambi kokuyifaka amanzi.
2.
Beka isilawuli sesitimu ku 0.
3.
Faka amanzi ngembobo yokufaka amanzi afike ku MAX ethangini lamanzi usebenzise ujeke.
4.
Uma amanzi asendaweni yakho eqinile, kunconywa ukuthi usebenzise amanzi ahlanziwe noma
akhishwe amaminerali
5.
Ungasebenzisi amanzi anamakhemikhali noma olunye uketshezi ukugwalisa ithangi lamanzi.
6.
Khipha i-ayina eplakini emva kokuqeda uku-ayina bese uyayilinda iphole. Phendula i-ayina ibheke
phansi ukuze ikhiphe amanzi.
UKU-AYINA OKOMILE
1.
Xhuma kugesi.
Phendula isilawuli sezinga lokushisa sihambe njengewashi, ukhethe ● (1 ichashaza), ●● (2
2.
amachashaza) or ●●● (3 amachashaza) ngokwezinga lokushisa olifunayo elibhalwe kulebuli
yempahla.
3.
Uma ilambu eliyinkomba likhanya, beka i-ayina endaweni eshelelayo nenganyakazi.
4.
Uma isifinyelele ezingeni lokushisa olifunayo, ilambu eliyinkomba lizocisha i-ayina izobe isilungele
ukusebenza.
All manuals and user guides at all-guides.com
.
5

Publicité

Table des Matières
loading

Produits Connexes pour ottimo CEA-10-01

Ce manuel est également adapté pour:

Sr 7125270

Table des Matières