ottimo CEA-10-01 Manuel D'instructions page 31

Table des Matières

Publicité

Les langues disponibles

Les langues disponibles

ISIZULU
Ukusetshenziswa kwentambo yokunweba akuncomeki kulento. Kodwa-ke, uma kunesidingo sokuthi
usebenzise intambo yokunweba, qinisekisa ukuthi intambo iwalungele amandla asetshenziswa
yileyonto kagesi ukugwema ukuthi ingashisi kakhulu intambo yokunweba, into kagesi noma indawo
yepulaki.
Ungayibeki intambo yokunweba endaweni lapho engadonswa khona izingane noma
izilwane noma ibaqhuzule.
Lento kagesi ayikulungele ukusetshenziswa ngaphandle. Ungayisebenziseli okunye lento
ngaphandle kwalokhu ehloselwe ukusetshenziselwa khona.
Ungayibambi into kagesi ngentambo kagesi.
Ungayishiyi
kungenamuntu
ungasisebenzisi. Iyeke iphole ngaphambi kokuthi uyihlanze.
Njalo sisebenzisele endaweni ebushelelezi, eqondile enganyakazi. Ungasibeki endaweni eshisayo.
Ayinela phezu kwebhodi loku-ayinela kuphela.
Umkhiqizi angeke abe necala lokulimala noma ukulinyazwa okubangelwe ukusetshenziswa
ngendlela engalungile noma engeyiyo yalento kagesi, noma ukulungiswa owenziwe umuntu
ongagunyaziwe ukwenza lokho.
Uma kwenzeka kube nezinkinga zobuchwepheshe, cima ungazami ukuwulungisa ngokwakho.
Phindisela into kagesi endaweni egunyaziwe ezoyilungisa ukuze bayihlole, bayilungise noma
bayikhande.
Njalo gcizelela ukusebenzisa izingxenye zokuqala.
sixwayiso nemiyalelo ebalulwe ngenhla kungaphazamisa ukusebenza okuphephile kukahhavini
omncane.
Uma usuqedile uku-ayina noma uma ushiya i-ayina yodwa:
g.
Beka ikinobho lokulawula isitimu kanye nelokulawula izinga lokushisa ku 0.
h.
Beka i-ayina ibheke phezulu.
i.
Khipha i-ayina eplakini.
Ungazithinti izindawo eziwuthayela ezishisayo, amanzi ashisayo noma isitimu. Lezi zingxenye
ziyashisa kanti zingabangela ukusha. Qaphela uma ubhekisa i-ayina phansi. Kungase kube namanzi
ashisayo ethangini lamanzi.
Iplaki nentambo akumele kuthinte ipuleti le-ayina elishisayo. Yeka i-ayina iphole ngaphambi
kokuyibeka.
Akumele i-ayina isale yodwa ngenkathi isaxhunyiwe.
Kumele kususwe iplaki kugesi ngaphambi kokuthi uthele amanzi ethangini lamanzi.
Akumele ivuleke indawo yokufaka amanzi ngenkathi usebenzisa i-ayina. Uzoyihlinzekwa imiyalelo
yokugcwalisa amanzi ngendlela ephephile.
I-ayina kumele isetshenziselwe futhi ibekwe phezu kwendawo eqondile.
Uma ubeka i-ayina ngesinqe sayo, qinisekisa ukuthi indawo obeka kuyo ayinyakazi.
Akumele isetshenziswe i-ayina uma ike yawa, uma kukhona izimpawu ezibonakalayo zokulimala
noma uma ivuza.
All manuals and user guides at all-guides.com
ngenkathi
uyisebenzisa.
3
Njalo
ikhiphe
iyunithi
Ukuhluleka ukuthobela lesi
eplakini
uma

Publicité

Table des Matières
loading

Produits Connexes pour ottimo CEA-10-01

Ce manuel est également adapté pour:

Sr 7125270

Table des Matières