ottimo CEA-10-01 Manuel D'instructions page 34

Table des Matières

Publicité

Les langues disponibles

Les langues disponibles

ISIZULU
UKUSEBENZA KOKUCHELA
1.
Lokhu kungasebenza noma ingasiphi isikhathi futhi akunamthelela ezingeni lokushisa kwe-ayina.
2.
Gcwalisa ithangi ngamanzi.
3.
Bhekisa imbobo yokuchela ngasempahleni.
4.
Cindezela ikinobho lokuchela.
5.
Kungase kudingeke ukuthi ulicindezele izikhashana ezimbalwa leli kinobho ukuze lisebenze.
UKUSEBENZA KWESITIMU
1.
Gcwalisa ithangi ngamanzi.
2.
Xhuma i-ayina kugesi.
Phendula isilawuli sezinga lokushisa sihambe njengewashi sibe ku ●●● (3-amachashaza).
3.
(Ungasebenzisi ichashaza eli-1 noma amachashaza ama-2 uma ufuna uku-ayina ngesitimu.) Ilambu
eliyinkomba lizokhanya likhombise ukuthi i-ayina iyakhanya.
4.
Uma ilambu eliyinkomba licisha, kusho ukuthi izinga lokushisa elikhethiwe isifinyelele kulo.
5.
Phendula ikinobho lokulawula isitimu ulibeke lapho ufuna khona. Kuzophuma isitimu bese uyaqala
uya-ayina.
6.
Misa i-ayina iqonde uma usaphumula ngenkathi u-ayina.
7.
Uma usuqedile uku-ayina, khipha iplaki kugesi bese uyayiyeka iphole. Iphendule uyibhekise phansi
ukuze kuphume amanzi.
UKUSEBENZA KWESITIMU ESIPHUMA NGAMANDLA/NGOKUSHESHA
1.
Lokhu kusebenza ukukunika inani lesitimu osidingayo ukususa ukushwabana okunenkani.
2.
Gcwalisa ithangi ngamanzi.
3.
Xhuma i-ayina kugesi.
4.
Beka isilawuli sokushisa ku MAX ukuvimbela ukuvuza kwamanzi epuletini uma izinga lokushisa
liphansi. Ilambu eliyinkomba lizokhanya ukukhombisa ukuthi i-ayina iyakhanya.
5.
Ilambu eliyinkomba liyacima uma izinga lokushisa elifunekayo selifinyelele.
6.
Cindezela ikinobho lesitimu esinamandla/ esisheshayo kanye.
7.
Kungase kudingeke ukuthi uyicofe kaningi ikinobho ukuze iqale ukusebenza.
8.
Isitimu sizongena endwangwini sisuse ukushwabana.
9.
Linda imizuzwana embalwa ngaphambi kokuphinda ukucofa ibhathini lesitimu esiphuma
ngamandla/ngokushesha ukuze ususe ukushwabana okunenkani.
10. Ukuze
isitimu
ngamandla/ngokushesha kuze kube kathathu emva kokuthi ilambu eliyinkomba licimile.
All manuals and user guides at all-guides.com
sisebenze
kahle,
ungayisebenzisi
6
ikinobho
lesitimu
esiphuma

Publicité

Table des Matières
loading

Produits Connexes pour ottimo CEA-10-01

Ce manuel est également adapté pour:

Sr 7125270

Table des Matières